Umembesa umuthi abanye bathi Umbheso umuthi uyawuthunyisa uma uhlushwa izilwane , amagundane, izinyoka. Umembeso umuthi wokhipha isichitho zentwala nenyoka nasentelezin zezilwane. Uyachatha lomuthi.
Inkosi Yogologo Mbuso Mk Umembesa umuthi uyingozi kangakanani if ugcabe ngawo esandleni?
Bhutiti Piet Umembesa uxosha izilwane nemimoya emibi kodwa angiwazi ugcajwa esandleni.
Sompisi Ndlela Ngazi ukuthi uxosha izinyoka
Nhlalaziykhonkotha Lalazikhonkotha uyingozi umembeso mawngashaya umuntu Kanti usebenzisa izihlungu ezinomembeso angase are noma agoqane angaphinde alunge
ukuphupha umuthi umembeso ngabe kuchazani?| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.